News

Ukhozi FM Back To School Tours 2024

Date: Jan 4, 2024

SMS igama likathisha kanye nesikole ku-44809 ukuze ukhombise ukuthi uwuthokozela kanjani umsebenzi awenzayo. Ngokwenza njalo ungazibeka ethubeni lokuziwinela ingxenye ka-R25 000.

Ukhozi FM kanye ne-ViB Mobile babungaza othisha abavelele abahamba phambili ngokuba yisibonelo esihle.

Khetha uthisha okhombisa ubuholi obuhle esikoleni sakhe nasemphakathini wangakubo ukuze Ukhozi FM kanye neViB Mobile bezokwazi ukubabungaza futhi babahloniphe.

SMS igama likathisha kanye nesikole ku-44809 ukuze ukhombise ukuthi uwuthokozela kanjani umsebenzi awenzayo. Ngokwenza njalo ungazibeka ethubeni lokuziwinela ingxenye ka-R25 000.

Othisha bawumgogodla womphakathi wethu, ngaphandle kwabo alikho ikusasa!
Ukhozi FM kanye ne-ViB Mobile bahlonipha futhi babonga bonke othisha ngemisebenzi yabo!
Trenda nge mfundo yakho #IMFUNDOIYADLISA
Ukhozi FM - LUHAMBA PHAMBILI!
Ukhozi FM Back to school 2024 niyilethelwa ngokubambisana nabakwa ViB mobile
Kunemigomo nemibandela

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*