News

Lingisa Umsakazi WoKhozi FM

Date: Dec 5, 2023

Ingabe unekhono lokulingisa abasakazi? Zibeke ethubeni lokutomula ingxenye ka-R50 000.00 ngokulingisa nje umsakazi omthandayo.

Sekuyiso leso skhathi, lapho sithi #LingisaUmsakaziWoKhoziFM

Ingabe unekhono lokulingisa abasakazi? Zibeke ethubeni lokutomula ingxenye ka-R50 000.00 ngokulingisa nje umsakazi omthandayo.

Khombisa ikhono lakho ngokuqopha i-video engadlulile ku 30s ulingisa umsakazi okwazi ukumlingisa uyifake ezinkundleni zokuxhumana bese uthi #LingisaUmsakaziWoKhoziFM

I-video enama likes amaningi ezinkundleni zokuxhumana, izodlalwa emsakazweni bese ikubeka ethubeni lokuba ngomunye wabazohlomula kulomklomelo omuhle kakhulu!

Ukhozi FM Luhamba Phambili!
Kunemigomo nemibandela.

#UkhoziFM #NyusiVolumeNoKhoziFM #Jabuluzibheke

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*