Multimedia

Unkulunkulu noMuntu Omusha: Rev Sicelo Zulu

Date: Jun 5, 2023

#UnkulunkulunoMuntuOmusha okuwuhlelo olushayelwa uBoniswa Moto, emsakazweni UkhoziFM njalo ngeSonto ngo-20h00.

#UnkulunkulunoMuntuOmusha okuwuhlelo olushayelwa uBoniswa Moto, emsakazweni UkhoziFM njalo ngeSonto ngo-20h00.

Ngesonto eledlule besivakashelwe uRev Sicelo Zulu oqhamuka e-Evangelical Lutheran Church (Umvoti Circuit). Thokozela intshumayelo esiyiphiwa uRev Sicelo Zulu. Sibheka izwi lenkosi elitholakala kulezincwadi ezilandelayo;

Jakobe 5 V 17
U-Eliya wayengumuntu efana nathi; wakhuleka nokukhuleka ukuba lingani; alinanga emhlabeni iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha. 18 Wabuye wakhuleka; izulu lana imvula, nomhlaba wathela izithelo zawo.

AmaKhosi okuqala 18 V 42-45

U-Eliya wakhuphukela esiqongweni saseKarmeli, wakhothamela phansi, wabeka ubuso bakhe phakathi kwamadolo akhe. 43 Wathi encekwini yakhe: “Khuphuka, ubheke ngaselwandle.” Yakhuphuka, yabheka, yathi: “Akukho lutho.”Wayesethi: “Phinda kasikhombisa.” 44 Kwathi ngokwesikhombisa yathi: “Bheka, kukhuphuka ifu elwandle, lingangesandla somuntu.” Wayesethi: “Khuphuka, umtshele u-Ahabi ukuthi: ‘Bophela, wehle, funa uvinjelwe yimvula.’ ” 45 Kwathi ngesikhashana nje izulu laguqubala ngamafu nangomoya, lana imvula enkulu.

#UkhoziFM #UkhoziFMTV

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Multimedia

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*