Ballito Big Week isifikile! Maziwe Ke…
Ngomhlaka 26 kuZibandlela 2023 Ukhozi FM beluseSugar Rush Park, eBallito kwindumezulu yomcimbi i-Ballito Big Week. Ukhozi FM TV lukulethela konke obekwenzeka kulomcimbi. Khumbula lo mcimbi ukulethela ubumnandi izinsuku ezintathu, lapho kubalwa khona umhlaka 22, 26 kanye nango mhlaka 29 kuZibandlela 2023.
Thokozela lesiqephu, ungakhohlwa ukucindezela uLike, Subscribe ukuze ungaphuthelwa isiqephu esilandelayo.
#BallitoBigWeek #BlackCoffee #UkhoziFM #MaziweKe #UkhoziFMTV