Event

Ukhozi FM Back To School - Gauteng

Dumela Gauteng, Ingawe lento.


Event Schedule

14 Feb 2024   06:00 AM - 06:00 PM past event

Gauteng

South Africa.

Dumela Gauteng, Ingawe lento.

Ukhozi FM luthelekile eGauteng, ngomhlaka 14 ku-Nhlolanja 2024,

njengengxenye yomkhankaso we-Back To School ka2024 nokuvakashela abalaleli boKhozi FM.

Sizovakashela i-Lukhanyo High School eMohlakeng, Randfontein, kanye naseNtuthukweni Primary School eKagiso , e-Krugersdorp.

Uma ubona imoto yokhozi FM ngasedolobheni noma erank langakini ungakhohlwa ukuthi “Hello”

Ungazitholela amakhalenda Okhozi FM uphinde uzibonele bukhoma abasakazi bakho obathandayo.

Ukhozi FM Back To School 2024 niyilethelwa ngokubambisana nabakwa ViB mobile.

Trenda ngemfundo yakho ngoba #ImfundoIyadlisa

Ukhozi FM – LUHAMBA PHAMBILI

All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*