Event Schedule
15 Feb 2024 06:00 AM - 06:00 PM past event
Mpumalanga
South Africa.
Sanibonani nina bek’nene Mpumalanga, Ingawe lento.
Ukhozi FM luthelekile eMpumalanga, ngomhlaka 15 ku-Nhlolanja 2024,
njengengxenye yomkhankaso we-Back To School ka2024 nokuvakashela abalaleli boKhozi FM.
Sizovakashela iCamden Combined School ese Ermelo, kanye nase Vukanini Primary School eBethal eMzinoni .
Uma ubona imoto yokhozi FM ngasedolobheni noma erank langakini ungakhohlwa ukuthi “Hello”
Ungazitholela amakhalenda Okhozi uphinde uzibonele bukhoma abasakazi bakho obathandayo.
Ukhozi FM Back to School 2024 niyilethelwa ngokubambisana nabakwa ViB mobile.
Trenda ngemfundo yakho ngoba #ImfundoIyadlisa
Ukhozi FM – LUHAMBA PHAMBILI