Event Schedule
22 Feb - 23 Feb 2024 06:00 AM - 06:00 PM past event
KwaZulu Natal
South Africa.
Sanibonani KwaZulu-Natal, Ingani lento.
Ukhozi FM luthelekile KwaZulu Natal, ngomhlaka 22-23 ku-Nhlolanja 2024,
njengengxenye yomkhankaso we-Back To School ka2024 nokuvakashela abalaleli boKhozi FM.
Ngomhlaka 22 ku-Nhlolanja sizovakashela iBizimali High School eNkandla kanye nase King Zwelithini High School eShowe.
Ngomhlaka 23 ku-Nhlolanja sizobe sise Greytown eSangweni Primary School , kanye naseNGOME EBhambatha Primary School eMsinga
Uma ubona imoto yokhozi FM ngasedolobheni nona e-rank langakini ungakhohlwa ukuthi “Hello”
Ungazitholela amakhalenda Okhozi FM uphinde uzibonele bukhoma abasakazi bakho obathandayo.
Ukhozi FM Back To School 2024 niyilethelwa ngokubambisana nabakwa ViB mobile.
Trenda ngemfundo yakho ngoba #ImfundoIyadlisa
Ukhozi FM – LUHAMBA PHAMBILI