Umshuwalense we-1Life usebenza ngesisekelo esisodwa esilula kodwa esinamandla –Sokushintsha Impilo. Bakuhlinzeka ngezinhlelo zezimali ezilula, ezithengekayo kanye nangezinsizakalo ezenza bakwazi ukukhiqizela amakhasimende nabathandiweyo bawo ingcebo yezizukulwane.
Ngekhava Yempilo kanye Nekhava Yokungcwaba engaye ifinyelele ku 10 million wamarandi, izinzuzo ezengeziwe Zekhava Yokungcwaba zenani lika R16 000, kanye nezicelo ezivunyiwe zakhokhelwa ngaphansi kwemizuzu embalwa emithathu, ungaba nesiqiniseko sokuthi wena nomndeni wakho ninokuvikelwa enikudingayo kwezezimali, ikakhulukazi ngalezikhathi ezingaqinisekisiwe.
Vumela umshuwalense wempilo we 1 Life uhlanganise uhlelo oluhle kakhulu lwekhava elivikela, lubuye lukunikeze ukuthula ngokomqondo namuhla. Sihlinzeka abantu base Ningizimu Afrika ngemikhiqizo yomshuwalense ehlangabezana nezidingo zabo. Okuwu Mshuwalense Wempilo, Ikhava Yokungcwaba, Izifo Ezibucayi,kanye Nekhava yokuphila Nokukhubazeka. SMSa ‘1Life Funeral’ ku 43848 kuthi ongumeluleki onekhono wakwa 1Life akushayele, bese ehlanganisa uhlelo lwakho oluphambili. Qhubeka-, uthole ikhava yakho ubuye uthokozele ukuthula ngokwengqondo namhlanje!
Ngena ku www.1life.co.za uthole ulwazi olubanzi kanye ne QUOTE ye 1Life Funeral.
Ngenela umncintiswano we-1Life: https://1life-sabc.co.za/ukhozi/
i-1Life ngumshuwalense ogunyaziwe oyi FSP.
Imigomo Nemibandela ikhona online.