U-2023 ukumise kabi ngezikweletu ezinkulu ebezingapheli sengathi izingcingo zikaMashonisa ezizitshwayo. Noma mhlawumbe uxinwe izikweletu zamaholide okuphela konyaka noma-ke wenzelwe phansi umzala wakho obevakashile wabuya nemoto yakho ishayisile.
Ngenhlanhla, ma-South African Amahle, umncintiswano we-Budget Bill Blaster usufikile kanti uzokusiza uthi nje “FAF ezikweletini zakho!” FAF umakhalekhukhwini wakho, FAF imali yesikole, FAF imali yebhondi, ekamastende, igrosa, nanoma yisiphi isikweletu esikuxakile. FAF yonk’ into.
Ungangenela kanjani?
Chofoza ku - ENTER LAPHA. Ugcwalise ifomu elifushane ekhasini lomncintiswano (igama lakho, isibongo, i-imeyli, inombolo kamakhalekhukhwini, nenombolo Kamazisi).
Sitshele ukuthi yisiphi isikweletu ofuna sisithi FAF bese uzibeka ethubeni lokuwina eyakho ingxenye ka-R280k! Futhi, uma wenza i-quote yomshuwalensi engenasibopho ku-inthanethi, ungazibeka ethubeni lokuwina u-R1,000/ inkulungwane eyodwa yamarandi ngaphezulu.
Vumela i-Budget Bill Blaster ikusize ukuqeda izikweletu zakho.
U-Budget umhlinzeki ogunyaziwe womshuwalense ongewona owempilo ne-FSP. Imigomo nemibandela i-online.