Competition

FNB - EASY PAY U

Closed on: 21 Jun 2024

Sonke siyazi ukuthi kulezizinsuku sikhokha kakhulu kuyoyonke into. Ngakho ukuba ne zakka ethe xaxa phakathi nenyanga kwenza izinto zibelula, angithi? Yingakho i FNB Easy PAYU manje isikubuyisela inzuzo yemali ekwi akhawunti yakho

Sonke siyazi ukuthi kulezizinsuku sikhokha kakhulu kuyoyonke into. Ngakho ukuba ne zakka ethe xaxa phakathi nenyanga kwenza izinto zibelula, angithi? Yingakho i FNB Easy PAYU manje isikubuyisela inzuzo yemali ekwi akhawunti yakho. Kodwa akukhona lokho kuphela! iFNB Easy PAYU iphinde ikunika ivawusha yegrosa njalo ngenyanga ongayisebenzisa ukuthenga igrosa kwa Shoprite, Checkers, nakwa Usave. Futhi, uthola ukuswayipha kwamahhala ngekhadi lakho kanye nokuthumela iEwallet eyodwa ngenyanga kwi App yase FNB.

 

Manje, nali ithuba lokuwina uR5000! Thumela ivoice note 071 613 6667 #FNBEasyPay yangesikhathi ukuqeda inyanga kwakunzima, nokuthi umuntu wakusiza kanjani ukushintsha lesosimo. Khumbula, ukuphendula ucingo lwakho ngesisho esikhokhelayo esithi:  “FNB EASY PAYU – PAYS U” ukujoyina iquiz bese uphendula umbuzo ngokuthi Iqiniso noma Akusilona mayelana ne FNB Easy PAYU.

 

iFNB, isigaba se FirstRand Bank Limited. i FSP kanye nombolekisi osemthethweni.

Kunemigomo nemibandela.

 

All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*