Competition

Old Mutual Debt Consolidation Competition

Closed on: 12 Feb 2022

Old Mutual Debt Consolidation Competition

Nyakaza ngokushesha nangaphandle kwezinkinga futhi uzisingathele isikweletu
sakho ngaphandle kwengcindezi

Yenza lonyaka uhluke kweminye –lokhu akudingeki ukwenze wedwa. I-Old Mutual Finance
ingakusiza ngesixazululo sokuhlanganisa zonke izikweletu zakho, okuzokwenza ukuthi
ukukhokha kwakho kubelula kubuye kukuvumele ukuthi, uthole isikhathi sokuphumula
ngokomphefumulo ukuze ubuyele esimweni esifanele.

Isikweletu siyithuluzi elibalulekile elingakusiza ekwakheni ikusasa lakho, futhi ukwazi
ukuhlangabezana nezidingo zomndeni. Kodwa uma singalawulwa ngendlela efanele,
singaphenduka inkinga engacekela phansi impilo yakho. uJan Moganwa, oyi CEO yase Old
Mutual Finance, uthi okuwukhiye ekulawuleni izikweletu wukuxhumana okuvulelekile
nokuthatha isinyathelo ngokushesha. Uma isikhungo sezezimali sisheshe sazi ngenkinga,
kulapho singasiza khona ngokushesha. Futhi enye yezindlela abangakusiza ngayo
ukuhlanganisa ndawonye izikweletu zakho.

Ukuze uthole ukuthi iyiphi indlela engcono kakhulu yokusingatha isikweletu sakho nge Old
Mutual, vakashela ku www.oldmutual.co.za/debt-consolidation
I-Old Mutual Finance iSevisi yeZezimali enelayisense kanye Nomhlinzeki Ngezikweletu
Osemthethweni (NCRCP35). Kunemigomo nemibandela.

 

All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*