BUDGET BUDDY WITH BUDGET INSURANCE
Kwesinye isikhathi izinto ezimbi zinokwenzeka kubantu abalungile baseNingizimu Afrika, ngakho-ke, qiniseka ukuthi uthola i-cover kwi - Official Insurer of Good South Africans! Cover imoto yakho, ikhaya, izinto eziphathwayo nezakhiwo nge Budget ukuze wonge nangaphezulu. Shintshela ku Budget manje futhi wonge u-20% uma uthenga umshwalense wemoto online!
Vakashela ku-budgetinsurance.co.za uthole ikhotheshini emizuzwini eyi-3 noma ngaphansi ukuze uthole ama-premiums ngenani eliphansi.
Kuleli viki OKhozini FM, sihleli noBudget Buddy ofuna ukukunika ingxenye yemali engu-R100 000 kumiklomelo. Ukuze ungenele, sitshele ukuthi ungayisebenzisa kanjani imali yomklomelo emotweni yakho. Ingabe udinga i-sound system entsha? Amathaya amasha? I-road trip nabangani bakho? Noma mhlawumbe i-boot egcwele igroza? Ngenela manje. Singakushayela bukhoma emoyeni ukuze ukhethe uhlamvu egameni elithi BUDGET ukuze sibone ukuthi uwina malini. Kanti kunebhonasi engu-R2500 ongayiwina uma uthola ikhotheshini engenasibopho kwa-Budget Insurance, the Official Insurer of good South Africans. Kunemigomo nemibandela online. I-Budget Insurance inkampani yomshwalense ongaphathelene nezempilo, futhi ingumhlinzeki wosizo lwezezimali ogunyaziwe.